Igama lesayensi le-Lukuluku ngu-Dombeya rotundifolia, elaziwa ngesiNgisi ngokuthi i-"wild pear" yaseNingizimu Afrika. Lesihlahla esincane esidonsa amaqabunga ngasebusika (deciduous), sinegxolo elimnyama elidepthu-liqhekezekile, singowomndeni wezitshalo i-Malvaceae. Sitholakala eNingizimu Afrika kuye enyakatho kuze kufike ezingxenyeni eziphakathi nempumalanga ye-Afrika esetropikhi.
ILukuluku or unhliziyonkulu umuthi, ilukuluku liyangena kwizikhafulo, liyangena kumuthi wokufuna isikweletu. Linyangena emthini wezintombi or umuntu wogazi nokuthandeka. Kahle kahle ilukuluku lingena emthini lapho ufuna ukwenzisa umuntu into ukuze abe nogqozu lokuyenza.
Umeqowothando uma ufuna umuntu akuthande, uyaphalaza ubize igama lomuntu athi angeqa azizwe ekuthanda.
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |